Ukwandisa i-ARC ngokuXhumana
Cabanga ngesihloko esithile noma ngento ongayazi kahle bese ngayo ukhulisa ukuxhumana kwakho nayo (yibuke, uyithinte, ufunde ngayo, njll.). Bese ubheka ukuthi kwenzekani kwizinga lakho lokusondelana nokweqiniso ngakho uma usuwenyusile ukuxhumana kwakho.
QAPHELA: Phinda lo msebenzi kaningi ngangokunokwenzeka ukuze ukhululeke ngokuphelele indlela yokwenza.