Uhlelo lwe-Purification lususa umuntu ezidakamizweni nakwezinye izinto ezinobuthi ezakhe emzimbeni. Uhlelo, olubhekelwe kakhulu, lufaka okulandelayo:
Ukuzivocavoca
Ukujuluka kwi-sauna
Umsoco, okufaka phakathi ama-vitamins, ama-minerals, njll., kanye namafutha
Uhlelo lomuntu siqu oluhlelwe kahle.

Inhloso yokugijima akuyona ukwenza umuntu ajuluke kodwa ukwandisa ukuhamba kwegazi. Igazi lijula lisiya emisipheni nezicubu ukuze izinsalela ezinobuthi ziphulwe futhi zikhishwe.