Ama-Objective Processes
Thola umngani noma umuntu omaziyo owake wasebenzisa izidakamizwa futhi umnikeze enye yama-Objective Processes Kwizinqubo zokuNceda Ukuhoxiswa. Yenza i-process kuze kube yilapho umuntu enezinkomba ezinhle futhi esene-cognition njengomphumela we-process. Phinda lokhu nabanye abantu obaziyo kuze kube yilapho uzizwa uqiniseka emandleni akho okusebenzisa lama-processes.