Izingxenye ZokuXhumana
Bheka indawo ezungezile bese ubheka izibonelo zokuthi izingxenye ezahlukahlukene zokuxhumana zisetshenziswa kanjani noma azisetshenziswa ezingxoxweni. Lezi zingxenye zihlanganisa i-Intention, Ukunaka, Ukuphindaphinda, Ukuqonda nokuthi abantu abathintekayo empeleni Bayimbangela noma umPhumela. Qhubeka nokubheka ezokuxhumana ezikuzungezile kuze kube yilapho uyakwazi ukuzibonela ngokwakho izingxenye ezahlukahlukene zokuxhumana ezisetshenziswayo nanoma yiziphi izingxenye ezingekho noma ezingasetshenziswa kahle.