Iqiniso ngukuthi ayikho ingane eyake yonakaliswa uthando, uzwelo, umusa, ukuqonda noma ngisho nangokuzitika (ukumnika kakhulu). Unganikeza ingane yakho imoto, isithuthuthu noma yini enye owawuyifuna nawe usayingane, futhi nengane yakho ngeke itotoseke. Ungamnika amathoyizi angcono kunanoma yimuphi omunye umuntu osebhlokeni anawo futhi ngeke umenzele islobho (umuntu obukela phansi abanye) kuye.