Okulandelayo kuyizivivinyo ezimayelana nembangela yokucindezela. Lokhu kuzokusiza ukuthi usebenzise lobu buchwepheshe kuBantu Abanobuntu kanye naBantu Abangenabo Ubuntu empilweni yakho.
Lezi zivivinyo akudingekile ukuthi uqede isifundo sakho, kepha-ke sincoma ukuthi ukwenze ukukhulisa ukuqonda kwakho nekhono lokusebenzisa okuqukethwe lapha.
QAPHELA: Ezinyenye izivivinyo zenziwa nabanye abantu. Uma ungenaye umuntu ongazivivinya naye, sikukhuthaza ukuthi uqhubekele esigabeni esilandelayo futhi sizokukhumbuza ukuthi uthole umuntu ngokuhamba kwesikhathi bese uqedela ukuzivivinya ngaleso sikhathi.