Ukuqamba Amagama Abathameli Bakho
Izabelo Ezisebenzayo
Qaphela: Lezi zivivinyo zokugcina zingenziwa ngokuzithandela. Awuphoqekile ukuba uzenze. Kuhlanganiswe lapha ukuthi ukwenze ukukusiza uthole ukuqonda okwengeziwe nekhono lokusebenzisa izinto ze sifundo.
Bheka endaweni yangakini noma idolobha bese uqamba amagama “abathameli” abahlukahlukene ngangoku nokwenzeka. Yenza lokhu uze uqiniseke ukuthi ungakwazi ukusebenza kahle nemiphakathi ehlukene ongathanda ukuxhumana nayo ngomlayezo we-PR mayelana nephrojekthi ongathanda ukuyenza.
Qhubeka wenze lokhu uze uqiniseke ukuthi ungababiza ngamagama abathameli abahlukene abasendaweni yakho.