Uma unephrojekthi ofuna ukuyenza, nansi indlela ongayenza ngayo:
Okokuqala thola lonke ulwazi mayelana nazo zonke izinto okufuneka zibe khona ukwenza lomsebenzi.
Bese uhlanganisa ezifanayo izinhlobo zezenzo ezidingekayo kwiphrojekthi imisebenzi ngayodwana.
Manje nikeza lemisebenzi kubantu ukuthi bayenze.
Lapho usunikeze abantu imisebenzi yabo, lungisa izindlela zokuxhumana ezizohamba phakathi kwamalungu eqembu lakho.
Nikeza iqembu lakho noma yiziphi izinto abazidingayo ukwenza imisebenzi yabo.
Hlela ukuxhumana kanye nokubambisana nabanye abantu, amaqembu noma izinkampani njengoba kudingeka ukuze iphrojekthi yenziwe.
Ngemuva kokuba konke lokhu sekwenziwe, into okufanele yenziwe ukuthi amalungu eqembu aqhubeka enze umsebenzi wawo.