Lungisa Okuthile Ngokukuhlela
Izabelo Ezisebenzayo
Qaphela: Lezi zivivinyo zokugcina zingenziwa ngokuzithandela. Awuphoqekile ukuba uzenze. Kuhlanganiswe lapha ukuthi ukwenze ukukusiza uthole ukuqonda okwengeziwe nekhono lokusebenzisa izinto ze sifundo.
Bheka endlini yakho bese uthola indawo engahlelekile—igaraji, i-attic, ikhabethe lamafayela, njalo njalo. Beka ngokuhlelekile ngokuhlukanisa zonke izinto ezikuzo ngezigaba noma izinhlobo zazo. Qhubeka kuze kube yilapho indawo ihlelekile ngezinhlobo noma izinhlayiya.