Ukusiza Abantu Ngama-Assists
Zijwayeze ukusiza abantu ngama-assists. Nikeza ama-assists owafundile kubangani, izihlobo, oxhumana nabo noma nabantu ongabazi. Isibonelo, ungavakashela esibhedlela unikeze ama-assists kubantu abagulayo noma abalimele noma abalulama emva kokuhlinzwa. Unganikeza i-assist kumuntu othile osengumbini lezimo eziphuthumayo. Uma ulokhu wenza ama-assists, uzoba nekhono lokuwenza futhi uzosiza abantu abaningi.
QAPHELA: Phinda lo msebenzi kaningi ngangokunokwenzeka ukuze ukhululeke ngokuphelele indlela yokwenza.