Ukubaluleka Komsebenzi
Umsebenzi yi-stable datum yalo mphakathi. Ngaphandle kokuthile okungenziwa, akukho umuntu angakuphilela. Umuntu ongakwazi ukusebenza muhle njengofile futhi uvamise ukukhetha ukufa.
kwi-Scientolgy, izimfihlakalo zempilo aziseyona imfihlakalo kakhulu. Akumele kube khona imfihlakalo mayelana nokuphila. Kuphela abantu abangenzi noma abangacabangi kahle bafuna kube nezimfihlo eziningi abafihlelwe zona.
Kunento eyodwa efundwe
Okunye esikwaziyo ukuthi abantu babalulekile futhi izinto ngeke zenziwe ngaphandle komsebenzi wabo. Kuke kwashiwo ngabanye ukuthi “Uma abantu becabanga ukuthi babaluleke kakhulu kumele behle baye emathuneni
Umuntu osebenzayo akayena nje umuntu osebenzayo. Isisebenzi akusona nje isisebenzi. Isisebenzi sehhovisi asisona nje isisebenzi sasehhovisi. Bayaphila, bayaphefumula, izinsika ezibalulekile (izinto ezibambe okuthile) okwakheke konke ukwakheka komhlaba wethu. Akuwona ama-cogs (amasondo) emshinini onamandla. Bawumshini uqobo.