Ukwenza kanjani lokhu? Ukwenza ngandlela inye oke wabona ngayo noma iyiphi into: uqaphela okusobala. Ubheka okuthile njengaloko okuyikho, lokho okukhona ngempela. Ukwazi ukuqaphela okusobala kulula ukukufunda.

Ngokwesaba, umuntu akakwazi ukukubheka. Abantu bayingozi kakhulu ukubabheka. Kuthi esathi ukhuluma nawe, kepha ebheke le ngakwesobunxele. bese eqalaza ezinyaweni zakho kafushane, futhi ngehla kwekhanda lakho (uthola umbono wokuthi indiza indiza ngaphezu kwenu nobabili), kepha manje usebheke emuva phezulu kwehlombe lakhe. Ubheka lapha futhi ubheka laphaya, ukusuka endaweni kuya endweni enye. Uzobheka noma kuphi kodwa hhayi kuwe.