Lapho udlula igama ongaliqondi incazelo yalo, ungazithola uzizwa u-blank lokhu kubonakala kakhulu futhi kulula ukukubona. Kungukuzwa noma ukukhombisa ukungazi ngokuphelele, ukukhumbula noma ukuqonda, sengathi ingqondo yakho ithululiwe ayinalutho.
Igama elingaqondakali lingakunikeza nomuzwa wokuba-washed out (umuzwa wokukhathala kakhulu nokungabi namandla noma i-energy).
Kungakunika umuzwa wokungabikhona (ukungazi ngokuphelele noma uxhumene nesimo okuso). Kuzolandelwa uhlobo lwe-nervous hysteria (isimo sokuxhamazela noma sehaba ngokweqile noma injabulo engafaka futhi umuzwa wokukhathazeka nokwesaba, ikakhulukazi ngento ethile onomuzwa wokuthi izokwenzeka).

IGama Elingaqondakali
IGama Elingaqondakali
IGama Elingaqondakali
Umthetho ukanje: isizathu sokuthi uyeke ngokuzuma ukwenza okuthile yingoba kukhona amagama ongawaqondi kahle esifundweni. Ngokuthola kanye nokuchaza amagama nokuthola ukuqonda okuphelele kwencazelo yawo, ungathola ikhono lokwenza okuthile futhi.

IGama Elingaqondakali bese uhlola ukuqonda kwakho futhi.