Isivivinyo Esisebenzayo
Thatha okuthile okufanele ukwenze empilweni—esinye isinqumo okufanele usithathe noma inkinga ethile okufanele uyixazulule—bese uthola isixazululo esibhekisisa onke ama-dynamics ngalinye. Isixazululo kumele sibe yinto elimaza kancane inani elincane lama-dynamics noma okuhle kakhulu enanini elikhulu lama-dynamics.